Simmy – Angimale Lyrics Ft Khuzani

Lyrics For Angimale By Simmy Ft Khuzani

[Chorus: Simmy]
Kuth’ angimale!
Aning’yekeni ngimale
Kuth’ angimale!
Aning’yekeni ngimale
Oh kancane bo!
Sekusele kancane ngimale
Oh kancane!
Sekusele kancane ngimale
Kuth’ angimale!
Aning’yekeni ngimale
Kuth’ angimale!
Aning’yekeni ngimale
Oh kancane bo!
Sekusele kancane ngimale
Oh kancane!
Sekusele kancane ngimale

[Verse 1: Simmy]
Ngiwahambile wonk’ amazwe
Zange ngim’thole onjengawe
Kodwa manje indab’ ilana
La ngiyakhona kuxoxwa ngami
Ey kuthiwa kudlaliwe ngami
Ngoba kuzomele ngikwale nje
Ey kuthiwa kudlaliwe ngami
Ngoba kuzomele ngikwale nje

[Chorus: Simmy]
Kuth’ angimale!
Aning’yekeni ng’male
Kuth’ angimale!
Aning’yekeni ng’male
Oh kancane bo!
Sekusele kancane ngimale
Oh kancane!
Sekusele kancane ngimale
Kuth’ angimale!
Aning’yekeni ng’male
Kuth’ angimale!
Aning’yekeni ng’male
Oh kancane bo!
Sekusele kancane ngimale
Oh kancane!
Sekusele kancane ngimale

[Refrain: Simmy]

[Verse 2: Khuzani]
Sthandwa sami
Ungavumi besihlukanise
Oh Sthandwa sami!
Ungavum’ besihlukanise
Oh Lovie wami!
Uma ungang’lahla ung’lahlelani weLove?
Uma ungang’shiya ung’shiyelani weLove?
Ngoba mide iminyaka
Uma ungang’shiya ung’shiyelani weLove?
Uma ungang’lahla ung’lahlelani weSthandwa?
Ngoba mide iminyaka
Ngoba mide iminyaka
Ngoba mide iminyaka

[Chorus: Simmy]
Kuth’ angimale!
Aning’yekeni ngimale
Kuth’ angimale!
Aning’yekeni ngimale
Oh kancane bo!
Sekusele kancane ngimale
Oh kancane!
Sekusele kancane ngimale
Kuth’ angimale!
Aning’yekeni ngimale
Kuth’ angimale!
Aning’yekeni ngimale
Oh kancane bo!
Sekusele kancane ngimale
Oh kancane!
Sekusele kancane ngimale

[Outro: Simmy]
Okwam’ okwezandla
Ukube okwezinyawo ngabe kuyazihambela
Uyajola lo!
Okwam’ okwezandla
Ukube okwezinyawo ngabe kuyazihambela
Uyajola lo!

TRENDING:   Mnqobi Yazo – 247 Lyrics